Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Izwe elivundile libe yigwadule ngenxa yobubi balabo abahlala kulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 nomhlabathi ovundileyo waba lugwadule lukasawoti ngenxa yobubi babahlezi khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 nezwe elivundileyo laba wugwadule lukasawoti ngenxa yobubi yababehleli kulo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:34
12 Referans Kwoze  

Bonke laba babuthana esigodini saseSidimi esiwuLwandle Lukasawoti.


ULoti waphakamisa amehlo akhe, wabona ithafa lonke laseJordani ukuthi lalinamanzi amaningi yonke indawo, ngaphambi kokuba uJehova abhubhise iSodoma neGomora, njengensimu kaJehova nanjengezwe laseGibhithe, njengoba ufika eSowari.


Kodwa izindawo zalo ezinodaka namaxhaphozi alo akuyikuphulukiswa; ziyakunikelwa zibe usawoti.


Kodwa abantu baseSodoma babebabi kakhulu futhi beyizoni kakhulu phambi kukaJehova.


Lapho ulima umhlabathi, ngeke usakunika amandla awo; uyakuba ngumbaleki nesihambi emhlabeni.


O Nkulunkulu, ekuphumeni kwakho phambi kwabantu bakho, lapho udabula enkangala; I-Cella:


Ububi benu bubuyisile lezi zinto, nezono zenu zinigodlile okuhle.


Koze kube nini izwe lilila nezimila zensimu zibuna ngenxa yobubi babakhileyo na? izilwane zaqedwa nezinyoni; ngoba bathi: Kayikubona ukuphela kwethu.


Uzakuthi ebantwini belizwe: Itsho njalo iNkosi uNkulunkulu kwabakhileyo eJerusalema lelizwe lakoIsrayeli: Bayakudla isinkwa sabo ngokunakekela, baphuze amanzi abo ngokumangala, ukuze izwe lakhe libe yihlane lakho konke okukulo, ngenxa yobudlova babo bonke abahlala kulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite