Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Bayaluza bayahamba bayadiyazela njengomuntu odakiwe, abasangulukile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Bayendayenda, bantengezela njengodakiweyo; konke ukuhlakanipha kwabo kwagwinywa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Bayendayenda, bantengezela njengodakiweyo, konke ukuhlakanipha kwabo kwaphela nya.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:27
7 Referans Kwoze  

Baphumputha ebumnyameni kungekho kukhanya, futhi uyabenza badiyazele njengomuntu odakiwe.


Yiba wena umangale; biza futhi ubize; badakiwe, kodwa kungengewayini; bayabhuquza, kodwa hhayi ngesiphuzo esinamandla.


UJehova waxubanisa umoya omubi kulo, balidukisa iGibhithe emisebenzini yalo yonke njengomuntu odakiwe ediyazela ebuhlanzweni bakhe.


Umoya waseGibhithe uyophela phakathi kwawo; futhi ngizochitha iseluleko sakhe, futhi bayofuna onkulunkulu nabathakathi nemimoya yabafileyo nabathakathi.


Umhlaba uyantengantenga njengesidakwa, nanjengendlu encane uyanyakaza; futhi isiphambeko sakhe siyakuba nzima phezu kwakhe; futhi liyowa lingaphinde livuke.


Kuyakuthiwa kuye ukuthi ngiyakhuluma na? uma umuntu ekhuluma, uyakudliwa nokudliwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite