Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba bahlubuka emazwini kaNkulunkulu, badelela icebo loPhezukonke;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ngokuba babephambene namazwi kaNkulunkulu, babesidelele isiluleko soPhezukonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 ngokuba baphambana namazwi kaNkulunkulu, basidelela iseluleko soPhezukonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:11
23 Referans Kwoze  

Wabakhulula kaningi; kodwa bamklolodela ngeseluleko sabo futhi bathotshiswa ngobubi babo.


Nanjengalokho bengathandanga ukuba nokwazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni eyonakeleyo, ukuba benze okungafanele;


Kodwa kalilalelanga iseluleko sami, kalifunanga ukusolwa kwami.


Bamgcona kaningi ogwadule, bemenza lusizi ogwadule!


Ngoba angigodlanga ukulitshumayela lonke icebo likaNkulunkulu.


Kepha abaFarisi nezazimthetho bala icebo likaNkulunkulu eliqondene nabo, bengabhapathizwa nguye.


Ngokuqondene nezwi owalikhuluma kithi egameni likaJehova, ngeke sikulalele.


Uyakungihola ngesiluleko sakho, ungamukele kamuva enkazimulweni.


Kodwa baziklolodela izithunywa zikaNkulunkulu, bawadelela amazwi akhe, bathuka abaprofethi bakhe, kwaze kwafika intukuthelo kaJehova ngabantu bakhe, kwaze kwangabangakho ukuphulukiswa.


UJehova wakhuluma kuManase nakubantu bakhe, kepha abalalelanga.


NabaFarisi abahahayo bezwa konke lokho, bamklolodela.


UNkulunkulu uhlalisa ababodwa emindenini, akhiphe ababoshwe ngamaketanga, kepha abahlubukayo bahlala ezweni elomileyo.


Abathi: Kaphangise, awuphangise umsebenzi wakhe, ukuze siwubone; icebo loNgcwele ka-Israyeli malisondele lize, ukuze silazi!


Ubufakazi bakho futhi buyintokozo yami nabeluleki bami.


Wenyukela ezindaweni eziphakemeyo, wathumba abathunjwa; ukwamukela abantu izipho; yebo, nakwabahlubukayo, ukuze uJehova uNkulunkulu ahlale phakathi kwabo.


Obaba abaqondanga izimangaliso zakho eGibithe; abazange bacabange ngobuningi bomusa Wakho; kodwa wamgcona ngasolwandle, nangaseSchelfsee.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite