Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 106:47 - Contemporary Zulu Bible 2024

47 Sikhulule, Jehova Nkulunkulu wethu, usibuthe phakathi kwezizwe, ukuze sidumise iGama lakho elingcwele, sithokoze ekudumiseni kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Sisindise, Jehova Nkulunkulu wethu, sibuthe kwabezizwe ukuba sidumise igama lakho elingcwele, sethabe ekukudumiseni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

47 Sisindise, Simakade Nkulunkulu wethu, siqoqe kwabezizwe ukuze silidumise igama lakho elingcwele, sikudumise ngentokozo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 106:47
12 Referans Kwoze  

Makabongwe uNkulunkulu osihola njalo ekunqobeni kuKristu, ebonakalisa ngathi iphunga lokwazi kwakhe ezindaweni zonke.


UJehova uyalakha iJerusalema, abuthe abaxoshiweyo bakwa-Israyeli.


O, ukube ukusindiswa kuka-Israyeli bekuvela eSiyoni! lapho uJehova ebuyisela isabelo sabantu bakhe, uJakobe uyakuthokoza, no-Israyeli ajabule.


(Ihubo.) Lapho uJehova eguqula isabelo saseSiyoni, sasinjengabaphuphayo.


ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho uyakushintsha ukuthunjwa kwakho, abe nesihe kuwe, abuye, akubuthe ezizweni zonke uJehova uNkulunkulu wakho akuhlakazele kuzo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite