Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 106:43 - Contemporary Zulu Bible 2024

43 Wabakhulula kaningi; kodwa bamklolodela ngeseluleko sabo futhi bathotshiswa ngobubi babo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Kaningi wabakhulula; kepha bahlubuka ngecebo labo, bawiswa phansi ngobubi babo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

43 Kaningi wabahlenga, kodwa bahlubuka ngezinhloso zabo, baqunjwa phansi yiziphambeko zabo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 106:43
11 Referans Kwoze  

Ngakho ngabanikela enkanukweni yenhliziyo yabo, bahamba ngamacebo abo.


Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali esihlalweni sobukhosi sabaklolodayo.


Basebemthukuthelisa ngemisebenzi yabo, kwavela isifo phezu kwabo.


Kwakungekho mkhandi ezweni lonke lakwa-Israyeli, ngokuba amaFilisti athi: “AmaHeberu angazizenzele izinkemba nemikhonto.”


Ngokuba benyuka nezinkomo zabo namatende abo, bafika njengesikhonyane ngobuningi; ngokuba bona namakamela abo babengenakubalwa, bangena ezweni ukuba balichithe.


Bakhetha onkulunkulu abasha; kwaba khona impi emasangweni; Kwakukhona isihlangu noma umkhonto phakathi kwezinkulungwane ezingamashumi amane kwa-Israyeli na?


U-Israyeli waba mpofu kakhulu ngenxa yabakwaMidiyani; abantwana bakwa-Israyeli bakhuleka kuJehova.


AmaSidoni nama-Amaleki namaMahoni anicindezela; nakhala Kimi, nganisindisa esandleni sabo.


Ngokuba bahlubuka emazwini kaNkulunkulu, badelela icebo loPhezukonke;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite