Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 106:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Bamthukuthelisa futhi emanzini okuphikisana, kangangokuthi uMose wagula ngenxa yabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Bamcunula ngasemanzini aseMeriba; kwaba kubi kuMose ngenxa yabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Bamthukuthelisa uSimakade bengasemanzini eMeribha, lokho kwaba kubi kuMose ngenxa yabo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 106:32
9 Referans Kwoze  

Wakhala ekucindezelekeni, ngakusindisa; Ngakuphendula ngisendaweni yokucasha yokuduma, ngakuvivinya emanzini aseMeriba. Sela.


Ngaphezu kwalokho, uJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, wafunga ukuthi ngeke ngiwele iJordani nokuthi ngeke ngingene kulelo zwe elihle uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona njengefa.


UJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, wathi: ‘Nawe awuyikungena khona.


Kepha uJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, akangilalelanga; uJehova wathi kimi: “Makwanele; ungabe usakhuluma nami ngaloludaba.


Bamgcona kaningi ogwadule, bemenza lusizi ogwadule!


Wabiza indawo ngokuthi iMasa neMeriba ngenxa yokuxabana kwabantwana bakwa-Israyeli nangenxa yokubuza kwabo uJehova ngokuthi: “Ingabe uJehova uphakathi kwethu noma qha?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite