Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 106:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ngakho wabaphakamisela isandla sakhe ukuze abawise enkangala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ngalokho waphakamisa isandla sakhe ngakubo ukuba abawise ehlane,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Ngakho-ke waphakamisa isandla sakhe, wafunga kubo ukuthi uzobabhubhisa ehlane,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 106:26
10 Referans Kwoze  

Kepha nami ngabaphakamisela isandla sami ehlane, ukuthi angiyikubangenisa ezweni engabanika lona, elichichima ubisi nezinyosi, elikhazimulayo emazweni onke;


Ngakho ngafunga ekuthukutheleni kwami ngathi: Kabayikungena ekuphumuleni kwami.


Engafunga kubo entukuthelweni yami ukuthi abayikungena ekuphumuleni kwami.


Futhi obani afunga kubo ukuthi abayikungena ekuphumuleni kwakhe, ngaphandle kwalabo abangakholwanga na?


Ngiyakuningenisa ezweni engaphakamisa isandla sami ngalo ukulinika u-Abrahama, no-Isaka, noJakobe; ngiyakuninika lona libe yifa; nginguJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite