Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 106:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Benza ithole eHorebe, bakhuleka esithombeni esibunjiweyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Benza ithole eHorebe; bakhuleka kuso isithombe esibunjiweyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Babumba ithole eHorebhe, bakhuleka kuso isithombe esibunjiweyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 106:19
10 Referans Kwoze  

INkosi yasibahlupha abantu, ngoba belenzile ithole uAroni alenzileyo.


Futhi ningabi abakhonza izithombe, njengabanye kubo; njengokulotshiweyo ukuthi: Abantu bahlala phansi ukuba badle, baphuze, basukuma ukuba badlale.


Benza ithole ngalezo zinsuku, banikela ngomhlatshelo esithombeni, bathokoza ngemisebenzi yezandla zabo.


Yebo, lapho bezenzela ithole elibunjiweyo, bethi: ‘Lona nguNkulunkulu wakho owakukhuphula eGibithe, wakubangela ukuhlupheka okukhulu;


Ngasithatha isono senu, ithole enalenza, ngalishisa ngomlilo, ngaligxoba, ngalicolisisa, laze lacoleka njengothuli; ngase ngiluphonsa uthuli lwalo emfudlaneni ophuma entabeni.


NaseHorebe namthukuthelisa uJehova, uJehova wanithukuthelela ukuba anibhubhise.


Lapho abantu bebona ukuthi uMose wayengehli entabeni, abantu babuthana ku-Aroni, bathi kuye: “Sukuma, usenzele onkulunkulu abaya kuhamba phambi kwethu; ngoba uMozisi lo, indoda eyasikhupha elizweni leGibhithe, kasazi ukuthi wehlelwe yini.


Ngokuba ngesaba intukuthelo nokuvutha kolaka uJehova anithukuthelela ngakho ukuba anibhubhise. Kodwa uJehova wangizwa ngaleso sikhathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite