Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 105:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Nina nzalo ka-Abrahama inceku yakhe, bantwana bakaJakobe, abakhethiweyo bakhe!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 nina nzalo ka-Abrahama inceku yakhe, nina bantwana bakaJakobe, abakhethiweyo bakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 nina bozalo luka-Abhrahama, inceku yakhe, nina bantwana bakaJakobe, abakhethiweyo bakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 105:6
14 Referans Kwoze  

Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Aningikhethanga mina, kodwa mina nginikhethile, nganimisela ukuba nihambe, nithele isithelo, nesithelo senu sihlale, ukuze noma yini eniyakukucela kuBaba egameni lami aninike khona.


Kepha wena Israyeli, uyinceku yami, uJakobe engikukhethileyo, inzalo ka-Abrahama umngane wami.


Ungesabi wena sibungu Jakobe, nani madoda akwa-Israyeli! ngiyakusiza, usho uJehova, noMhlengi wakho, oNgcwele ka-Israyeli.


Ngokuba uJehova uzikhethele uJakobe no-Israyeli ukuba abe yifa lakhe.


ukuze ngibone okuhle kwabakhethiweyo bakho, ukuze ngijabule entokozweni yesizwe sakho, ukuze ngizigqaje ngefa lakho.


Ngokuba wacabanga ngesithembiso sakhe esingcwele nango-Abrahama inceku yakhe.


Futhi wathi: NginguNkulunkulu kayihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, uNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe. UMose wafihla ubuso bakhe; ngoba wayesaba ukubuka uNkulunkulu.


Wabahola abantu bakhe ngokuthokoza, nabakhethiweyo bakhe ngentokozo.


Ifa lika-Israyeli inceku yakhe, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Ngenxa kaJakobe, inceku yami, no-Israyeli, abakhethiweyo bami, ngikubizile ngegama lakho; Ngikubize ngeziteketiso, nakuba ungangazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite