Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 104:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Izoni maziqedwe emhlabeni, kungabe kusaba khona ababi. Mbonge uJehova, mphefumulo wami; Dumisani uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Izoni maziphele emhlabeni, kungabe kusaba khona ababi. Mbonge uJehova, mphefumulo wami. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Izoni maziphele emhlabeni, kungabe kusaba bikho zikhohlakali. Mbonge uSimakade, mphefumulo wami, Haleluya!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 104:35
16 Referans Kwoze  

Bongani uJehova nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe; dumisa uJehova, mphefumulo wami!


Kodwa abaphambukayo bayobhujiswa kanyekanye; ukuphela kwababi kuyanqunywa.


Kodwa ababi bayakunqunywa emhlabeni, nabaphambukayo bayonqunywa kuwo.


Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli kusukela phakade kuze kube phakade, bathi bonke abantu: Amen! Dumisani uJehova.


ukuze bagcine izimiso zakhe, bagcine imithetho yakhe. Dumisani uJehova.


Ngiyakubabhubhisa bonke ababi bezwe kusesekuseni; ukuze nginqume bonke ababi emzini kaJehova.


Baqede ngokuthukuthela, baqede, bangabi khona; futhi mabazi ukuthi uNkulunkulu uyabusa kwaJakobe kuze kube semikhawulweni yomhlaba. Sela.


Ababi abanjalo, kodwa banjengamakhoba apheshulwa ngumoya.


Ngokuba bheka, abakude nawe bayakubhubha; ubabhubhisile bonke abaphinga kuwe.


Mazibhubhe zonke izitha zakho, Jehova, kepha abamthandayo mababe njengelanga lapho liphuma ngamandla alo. Izwe laphumula iminyaka engamashumi amane.


Mbonge uJehova, mphefumulo wami. Jehova Nkulunkulu wami, umkhulu kakhulu; wembethe udumo nobukhosi.


UJehova uyabavikela bonke abamthandayo, kodwa bonke ababi uzakubabhubhisa.


Bheka, usuku lukaJehova luyeza, lunonya, lunolaka nolaka oluvuthayo, ukwenza izwe libe yihlane; futhi uyobhubhisa izoni zakhe kuwo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite