Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 104:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Uyasitheza ubuso bakho, bayathuthumela; Uyawususa umoya wazo, ziyafa, zibuyele othulini lwazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Uyasitheza ubuso bakho, zethuke; uyasusa umphefumulo wazo, zife, zibuyele othulini lwazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Uyasitheza ubuso bakho, zethuke, uyasusa umphefumulo wazo, zife, zibuyele othulini lwazo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 104:29
12 Referans Kwoze  

Khona uthuli luyobuyela emhlabathini njengoba lwalunjalo, futhi umoya uyobuyela kuNkulunkulu owawunikayo.


Umoya wakhe uyaphuma, yena abuyele emhlabathini wakhe; ngalona lolosuku ingqondo yakhe yaphela.


Kakhonzwa ngezandla zabantu njengoswela ulutho, yena onika bonke ukuphila lokuphefumula lakho konke;


Umyisa umuntu ekubhujisweni; wathi: Buyani, madodana abantu!


Jehova, ngomusa wakho wenzile intaba yami yaqina; Ubufihlile ubuso Bakho, futhi ngesaba kakhulu.


Ngesithukuthuku sobuso bakho uyakudla isinkwa uze ubuyele emhlabathini; ngoba nathathwa kuwo; ngokuba uluthuli, uyakubuyela othulini.


Khumbula ukuthi wangenza njengobumba; futhi uzongibuyisela othulini na?


Intukuthelo yami iyakubavuthela ngalolo suku, ngibashiye, ngifihle ubuso bami kubo, baqedwe, behlelwe ububi obuningi nezinsizi; ngalokho bayakuthi ngalolo suku: ‘Lokhu okubi akusehlele yini, lokhu uNkulunkulu wethu engekho phakathi kwethu na?


Uma ethula, ubani ongabanga inkathazo na? uma efihla ubuso bakhe, ngubani ongambona na? noma kwenziwa esizweni noma kumuntu yedwa;


Ubufihlelani ubuso bakho, ungivikele esitheni sakho, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite