Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 104:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Amagquma aphakeme ayisiphephelo sezinyamazane; namadwala ngamacone.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Izintaba eziphakemeyo ngezezimbuzi zasendle; amawa ayisiphephelo sezimbila.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Izintaba eziphakemeyo ngezezimbuzi zasendle, amawa ayisiphephelo sezimbila.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 104:18
5 Referans Kwoze  

Izigaxa ziyisizwe esibuthakathaka, kodwa zakha izindlu zazo emadwaleni;


Uyasazi yini isikhathi lapho izimbuzi zasendle zizala khona na? noma ungakwazi ukumaka lapho indluzelekazi ithola amathole?


USawule wayesethatha amadoda ayizinkulungwane ezintathu akhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba wayofuna uDavide namadoda akhe emadwaleni ezimbuzi zasendle.


Nembila, ngokuba iyetshisa, kepha izinzipho azihlukani; ungcolile kini.


Kodwa aniyikukudla kwezetshisayo, lezidabula izinzipho; njengekamela nonogwaja kanye nesigaxa; ngokuba ziyetshisa, kepha azihlukanisi izinzipho; ngalokho zingcolile kini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite