Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 102:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngenxa yezwi lokububula kwami amathambo ami anamathele esikhumbeni sami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngenxa yezwi lokububula kwami amathambo ami anamathele enyameni yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngenxa yokugqiha kwami, ngibubula, amathambo ami asenamathele esikhumbeni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 102:5
10 Referans Kwoze  

Ithambo lami linamathele esikhumbeni sami nasenyameni yami, futhi ngasinda ngesikhumba samazinyo ami.


Ubuso babo bumnyama kunelahle; abaziwa ezitaladini; isikhumba sabo sinamathela emathanjeni abo; yabuna, yaba njengenduku.


Inhliziyo ethokozayo iyaphilisa, kepha umoya owaphukileyo womisa amathambo.


Sukani kimi nina nonke benzi bokubi! ngokuba uJehova wezwa izwi lokukhala kwami.


Ngikhathele ukububula kwami; ubusuku bonke ngigezisa umbhede wami; nginisela ukhukho lwami ngezinyembezi.


Wenza kanjalo iminyaka ngeminyaka, lapho enyukela endlini kaJehova, wamdlalisa kanjalo; ngalokho wakhala, akadlanga.


Uphuma njengembali, abune; futhi ubaleka njengesithunzi futhi akahlali.


Ekuseni liyakhahlela likhule; kusihlwa iyanqunywa, ibune.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite