Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 102:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, nenzalo yabo ime phambi kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala; inzalo yabo iyakuma phambi kwakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, izizukulwane zabo ziyovikeleka phambi kwakho.”

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 102:28
14 Referans Kwoze  

Ngokuba njengalokhu izulu elisha nomhlaba omusha engiyakuwenza kuyakuma phambi kwami, usho uJehova, kanjalo kuyakuma inzalo yenu negama lenu.


Abayikwakha, bahlale kwelinye; abayikutshala, badle esinye, ngokuba njengezinsuku zomuthi ziyakuba njalo izinsuku zabantu bami, nabakhethiweyo bami bayakuthokozela umsebenzi wezandla zabo.


Kepha kwaba kuhle kuJehova ukumchoboza; waba lusizi; uma unikela umphefumulo wayo ube ngumnikelo wesono, iyakubona inzalo yayo, yandise izinsuku zayo, nokuthakazelelwa nguJehova kuyakuphumelela esandleni sayo.


Ngiyakumisa inzalo yakho kuze kube phakade, ngakhe isihlalo sakho sobukhosi ezizukulwaneni ngezizukulwane. Sela.


Bhekani manje ukuthi ngiyilokhu nokuthi akakho unkulunkulu ngaphandle kwami. Ngiyabulala, ngiphilise; ngiyalimaza, ngipholise, akakho ongophula esandleni sami.


Izinsuku zakho zinjengezinsuku zomuntu na? iminyaka yakho injengezinsuku zomuntu,


Ngubani owakwenza wakwenza ngokubiza izizukulwane kusukela ekuqaleni? Mina, Jehova, owokuqala nowokugcina; nginguye.


Yebo, ngaphambi kosuku enganginguye; futhi akakho ongophula esandleni sami. Ngizosebenza, futhi ubani ozokuvumela?


Ngokuba mina Jehova angiguquki; ngalokho amadodana akho kaJakobe awaqedwanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite