Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 102:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Izinsuku zami zinjengethunzi eliwayo; ngabuna njengotshani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Izinsuku zami zinjengethunzi elandayo; mina uqobo ngiyabuna njengotshani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Izinsuku zami zifana nethunzi seliyoshona, mina luqobo, ngibuna njengotshani.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 102:11
12 Referans Kwoze  

Ngihambile njengesithunzi lapho sehla; ngijikijelwa phansi njengentethe.


Uphuma njengembali, abune; futhi ubaleka njengesithunzi futhi akahlali.


Umuntu unjengeze, izinsuku zakhe zinjengethunzi elidlulayo.


Ngokuba yonke inyama injengotshani, nenkazimulo yonke yomuntu injengembali yotshani. Utshani buyabuna, nembali yabo iyavuthuluka;


Kalikwazi okuzakwenzeka kusasa. Ngoba iyini impilo yakho? Kungumhwamuko obonakala isikhashana, bese unyamalala.


Kepha ocebileyo ngokuthotshiswa kwakhe, ngokuba njengembali yotshani uyakudlula.


Ngoba ngubani owaziyo okumlungele umuntu kulokhu kuphila, zonke izinsuku zokuphila kwakhe okuyize azidlayo njengesithunzi na? ngoba ngubani ongazi okuzakuba emva kwakhe phansi kwelanga?


Wangibhubhisa nxazonke, ngahamba, wasusa ithemba lami njengomuthi.


Mina ngingumuntu owabona usizi ngentonga yolaka lwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite