Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:55 - Contemporary Zulu Bible 2024

55 Kwathi amadoda akwa-Israyeli ebona ukuthi u-Abimeleki ufile, aya, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

55 Kwathi abantu bakwa-Israyeli bebonile ukuthi u-Abimeleki ufile, bamuka baya, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

55 Kwathi ukuba abakwa-Israyeli babone ukuthi ufile u-Abhimelekhi, babuyela emakhaya.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:55
6 Referans Kwoze  

Xosha isideleli, kuphume ukuxabana; yebo, ukuxabana nokuhlambalaza kuyophela.


UJowabe wabetha icilongo, abantu babuya emva kuka-Israyeli, ngokuba uJowabe wabavimba abantu.


Wayeseshesha wabiza udibi lwezikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale, ukuze abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Ubulewe ngowesifazane.’ Nensizwa yakhe yamphusha washona.


Kanjalo uNkulunkulu waphindisela ububi buka-Abimeleki abenza kuyise ngokubulala abafowabo abangamashumi ayisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite