Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 U-Abimeleki waya eThebesi, wavimbezela iThebesi, walithatha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 U-Abimeleki wayeseya eThebesi, wamisa malungana neThebesi, walithatha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

50 U-Abhimelekhi waya eThebhezi, wakanisa malungana neThebhezi, walidla.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:50
4 Referans Kwoze  

Bonke abantu nabo bagawula, kwaba yilowo nalowo igatsha lakhe, bamlandela u-Abimeleki, bawabeka enqabeni yasezintabeni, bayithungela ngomlilo inqaba yasezintabeni; bafa nabo bonke abantu bombhoshongo waseShekemi, ngathi inkulungwane yamadoda nabesifazane.


Kodwa kwakukhona umbhoshongo oqinile phakathi komuzi, futhi babalekela lapho bonke abesilisa nabesifazane kanye nawo wonke umuzi, bawuvalela bona, bakhuphukela esiqongweni sombhoshongo.


Ngubani owanqoba u-Abimeleki indodana kaJerubhesheti na? Angithi owesifazana wamjikijela ilitshe lokuchola esodongeni, waze wafa eThebesi? usondeleleni odongeni? uthi: Inceku yakho u-Uriya umHeti ifile.


U-Omri wakhuphuka eGibethoni, no-Israyeli wonke kanye naye, bavimbezela iTirisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite