AbAhluleli 9:45 - Contemporary Zulu Bible 202445 U-Abimeleki walwa nomuzi ngalolo suku lonke; wawuthatha umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawuchitha umuzi, wawuhlwanyela ngosawoti. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE45 U-Abimeleki walwa nomuzi lonke lolo suku; wawuthatha umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawubhidliza umuzi, wahlwanyela usawoti kuwo. Gade chapit laIsiZulu 202045 U-Abhimelekhi walwa nomuzi lonke lolo lusuku; wawudla umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawushisa umuzi, wawufaza ngosawoti. Gade chapit la |