Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 U-Abimeleki wamjaha, wabaleka phambi kwakhe; abaningi bawiswa belimele kwaze kwaba sekungeneni kwesango.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 U-Abimeleki wamxosha, wabaleka phambi kwakhe, kwawa abaningi bekhutshaziwe kwaze kwaba sesikhaleni sesango.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 U-Abhimelekhi wamxosha, wabaleka phambi kwakhe. Abaningi bawa belimele kwaze kwaba sekungeneni esangweni lomuzi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:40
4 Referans Kwoze  

Kepha abanye babalekela e-Afeki emzini; kwawela ugange phezu kwamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nesikhombisa. UBhenihadadi wabaleka, wangena emzini ekamelweni elingaphakathi.


UGali waphuma phambi kwabemi baseShekemi walwa no-Abimeleki.


U-Abimeleki wahlala e-Aruma; uZebhule wamxosha uGali nabafowabo, ukuba bangahlali eShekemi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite