Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 UGayeli wabuye wakhuluma, wathi: “Bheka, abantu bayehla phakathi nezwe, nesinye isixuku siyeza ngasethafeni laseMeonenimi.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 UGali wabuye wakhuluma, wathi: “Bheka, kwehla abantu eNkabeni yezwe, esinye isigaba sifika ngendlela ye-oki* lokuhlola imihlola.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 UGali wakhuluma futhi, wathi: “Uyabona, kunabantu abehla enkabeni yezwe, elinye iviyo liqhamuka ngendlela yomu-okhi okuhlolelwa kuwo.”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:37
4 Referans Kwoze  

Ngoba lezi zizwe eniyozidla zilalele abahlola izikhathi nabahlola imihlola; kepha nina, uJehova uNkulunkulu wenu akanivumelanga ukuba nenze kanjalo.


Lapho uGali ebona abantu, wathi kuZebhule: “Bheka, kunabantu abavela esiqongweni sezintaba. UZebhule wasesithi kuye: Ubona ithunzi lezintaba kungathi ngabantu.


Wayesethi uZebhule kuye: “Uphi manje umlomo wakho owasho ngawo ukuthi: ‘Ngubani u-Abimeleki ukuba simkhonze na?’ Akubona yini laba abantu enabadelela? phuma manje, ulwe nabo.


ukuthatha impango nokuphanga impango; ukuze uphendule isandla sakho phezu kwamanxiwa ahlalwayo manje, nakubantu ababuthiwe ezizweni, abazuzile izinkomo nempahla, abahlala phakathi kwezwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite