Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 UGideyoni wafika eJordani, wawela, yena namadoda angamakhulu amathathu ayenaye bekhathele, kepha babaxosha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UGideyoni wafika eJordani, wawela, yena namadoda angamakhulu amathathu ayenaye, eyethile, esaxosha nokho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 UGideyoni wafika eJordani waliwela namadoda angama-300 ayehamba nawo, bekhathele futhi befile yindlala.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:4
10 Referans Kwoze  

Masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.


Ngakho kasidangali; kepha noma kubhubha umuntu wethu wangaphandle, owangaphakathi wenziwa musha imihla ngemihla.


Kepha uDavide waxosha, yena namadoda angamakhulu amane, ngokuba abangamakhulu amabili basala ngemuva, bekhathele bengenakuwela umfudlana iBesori.


Athumba izikhulu ezimbili zakwaMidiyani, o-Orebi noZebi; bambulala u-Orebi edwaleni lika-Orebi, uZebi wababulala esikhamweni sewayini sikaZebi, wabaxosha abakwaMidiyani, baletha ikhanda lika-Orebi nelikaZebi kuGideyoni phesheya kweJordani.


UNkulunkulu wanikela izikhulu zakwaMidiyani, o-Orebi noZebi esandleni senu; futhi ngingenzani uma ngiqhathaniswa nawe? Intukuthelo yabo yehla kuye lapho esho lokhu.


UDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngixoshe leliviyo na? ngiyakubafica, wathi kuye: “Xosha, ngokuba uyakuwafica nokuwafica, ubuyise konke ngaphandle kokulibala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite