Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Nesancinza sakhe esasiseShekemi naso samzalela indodana, igama layo laqamba igama layo ngokuthi u-Abimeleki.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Isancinza sakhe esasiseShekemi naso samzalela indodana, sayiqamba igama lokuthi u-Abimeleki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Isancinza sakhe esasiseShekhemi samzalela naso indodana, wayiqamba ngokuthi ngu-Abhimelekhi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:31
7 Referans Kwoze  

Nivukele namuhla indlu kababa namadodana akhe, abantu abangamashumi ayisithupha neshumi, ababulala etsheni linye, nabeka u-Abimeleki, indodana yencekukazi yakhe, inkosi phezu kwabemi bakwaShekemi, ngokuba engumfowenu;)


Isancinza sakhe, igama laso lalinguReuma, sazala uTheba, noGahamu, noTahasi, noMaga.


U-Abrahama wathi ngoSara umkakhe: “Ungudadewethu; u-Abimeleki inkosi yaseGerari wathumela wamthatha uSara.


UHagari wamzalela u-Abrama indodana;


UGideyoni wayenamadodana angamashumi ayisithupha esinqeni sakhe, ngokuba wayenabafazi abaningi.


UGideyoni indodana kaJowashi wafa esemdala, wembelwa ethuneni likaJowashi uyise e-Ofira lama-Abiyezeri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite