Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wathatha amalunga omuzi nameva asehlane namakhakhasi, wafundisa amadoda aseSukoti kanye nawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesebamba amalunga omuzi, nameva asehlane, namazinyo ezinqola zokubhula, wagalela ngawo abantu baseSukoti.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Wabamba amalunga omuzi, wathatha ameva asehlane, nogagane, wanenebula abantu baseSukhothi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:16
7 Referans Kwoze  

Wayesethi uGideyoni: “Ngakho-ke, uma uJehova enikela oSheba noSalimuna esandleni sami, ngiyakudwengula inyama yenu nameva asehlane nangamakhakhasi.


Abahle kunabo bonke banjengokhakhasi, abaqotho babukhali kunothango lwameva; luyeza usuku lwemilindo yakho nokuhanjelwa kwakho; manje bayoba ukudideka.


Izahlulelo zilungiselwe izideleli, nemivimbo imiselwe imihlane yeziwula.


Ukuhlakanipha kutholakala ezindebeni zohlakaniphileyo, kepha uswazi ungowomhlane weziwula.


abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nambili.


Wayesefika kubantu baseSukoti, wathi: “Nango oSeba noSalimuna enangithuka ngabo ngokuthi: ‘Isandla sikaSeba noSalimuna manje sisesandleni sakho ukuba siphe amadoda akho akhatheleyo isinkwa na?’


Wabhidliza umbhoshongo wasePhenuweli, wabulala abantu bomuzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite