Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wabamba insizwa yamadoda aseSukoti, wacebisana nayo; wamlobela izikhulu zaseSukoti namalunga alo, amadoda angamashumi ayisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wabamba insizwa yabantu baseSukoti, wabuza kuyo; yona yamlobela izikhulu zaseSukoti namalunga alo, abantu abangamashumi ayisikhombisa nesikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 wabamba insizwa yaseSukhothi wayibuza; yamtshela ukuthi zingobani izikhulu namalunga baseSukhothi, nokuthi bangabantu abangama-77.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:14
5 Referans Kwoze  

UJakobe wasuka waya eSukoti, wazakhela indlu, wenzela izinkomo zakhe amadokodo; ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iSukoti.


UGideyoni indodana kaJowashi wabuya empini lingakaphumi ilanga;


Wayesefika kubantu baseSukoti, wathi: “Nango oSeba noSalimuna enangithuka ngabo ngokuthi: ‘Isandla sikaSeba noSalimuna manje sisesandleni sakho ukuba siphe amadoda akho akhatheleyo isinkwa na?’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite