Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UGideyoni wakhuphuka ngendlela yabahlala ematendeni ngasempumalanga kwaseNoba naseJogibeha, wachitha impi, ngokuba impi yayihlezi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UGideyoni wenyuka ngendlela yabahlala ematendeni ngasempumalanga kwaseNoba neJogibeha, wanqoba impi, impi yayithi ilondekile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 UGideyoni wakhuphuka ngomzila walabo ababehlala emathendeni ngasempumalanga kwaseNobha, naseJogibheha, wayihlasela impi ngoba yayingazelele.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:11
8 Referans Kwoze  

UNoba wahamba wathatha iKenati nemizana yalo, walibiza ngokuthi iNoba ngegama lakhe.


ne-Atroti, noShofani, noJazeri, noJogibeha,


Base bethatha impahla uMika abeyenzile, nompristi abenaye, bafika eLayishi nabantu abanokuthula nabalondekile; bababulala ngosiko lwenkemba, bashisa umuzi ngomlilo.


Ngokuba nxa bethi: Ukuthula nokulondeka; khona-ke ukubhujiswa okuzumayo kubehlele, njengomhelo phezu kowesifazane okhulelweyo; njalo kabayikuphunyuka.


Lapho emehlisa, bheka, babehlakazekile emhlabeni wonke, bedla, bephuza, besina ngenxa yayo yonke impango enkulu ababeyithathile ezweni lamaFilisti nasezweni lakwaJuda.


USamuweli wathi: “Lethani kimi u-Agagi inkosi yama-Amaleki.” U-Agagi weza kuye enomusa. Wathi u-Agagi: “Impela, umunyu wokufa usuphelile.”


USeba noSalimuna baseKarkori, namabutho abo kanye nabo, kungathi amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nanhlanu, bonke abaseleyo kuwo wonke amakamu abantwana basempumalanga; ngoba kwawa amadoda ayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili ahloma inkemba.


Lapho uSeba loSalimuna bebaleka, wabaxotsha, wathatha amakhosi amabili akwaMidiyani, uSheba loSalimuna, wayiduba impi yonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite