Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Amadoda akwa-Israyeli abuthana kwaNafetali, nakwa-Asheri, nakuManase wonke, abaxosha abakwaMidiyani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Amadoda akwa-Israyeli ayebuthene evela kwaNafetali, nakwa-Asheri, nakulo lonke lakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Kwabizwa wonke amadoda akwa-Israyeli, kwaNafethali nakwa-Asheri nakulo lonke elakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 7:23
6 Referans Kwoze  

Wathuma izithunywa kuwo wonke uManase; wathuma izithunywa ko-Asheri, noZebuloni, noNafetali; bakhuphuka ukubahlangabeza.


Wafa uHusam, wathi uHadadi, unyana kaBhedadi, owawabulalayo amaMidiyan emhlabeni wakwaMowabhi, walawula esikhundleni sakhe; igama lomuzi wakhe laliyi-Awiti.


Niyakuxosha izitha zenu, ziwe phambi kwenu ngenkemba.


Babulala, kwaba yilowo nalowo umuntu wakhe, abaleka ama-Aramu; u-Israyeli wabaxosha; uBenihadadi inkosi yase-Aramu waphunyuka ngehhashi nabamahhashi.


Inkosi yakwa-Israyeli yaphuma, yanqoba amahhashi nezinqola, yawachitha ama-Aramu ngokuceka okukhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite