Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 6:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 UJehova wathuma umprofethi kubantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Nganikhuphula eGibithe, nganikhipha endlini yobugqila;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 uJehova wathuma umprofethi kubantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Ngakukhuphula eGibithe, ngakukhipha endlini yobugqila,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 uSimakade wathumela umphrofethi kwabakwa-Israyeli, wathi kubo: “Usho kanje uSimakade, uNkulunkulu ka-Israyeli: ‘Nganikhuphula eGibhithe, nganikhipha endlini yobugqila;

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 6:8
12 Referans Kwoze  

Lapho abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova ngenxa yamaMidiyani.


Nganisindisa esandleni sabaseGibithe nasesandleni sabo bonke ababenicindezela, ngabaxosha phambi kwenu, nganika izwe labo;


wathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Isho kanje iNkosi, uNkulunkulu ka-Israyeli, ithi: Ngakhuphula u-Israyeli eGibithe, nganisindisa esandleni sabaseGibithe, nasesandleni sayo yonke imibuso, nakuyo eyayinicindezela.


Wayesethi uMose kubantu: “Khumbulani lolu suku ekuphumeni kwenu eGibithe, endlini yobugqila; ngokuba ngesandla esinamandla uJehova unikhiphile kule ndawo; akungadliwa isinkwa esivutshelweyo.


Kuyakuthi lapho indodana yakho ikubuza kamuva ithi: ‘Kuyini lokhu? uthi kuye: ‘Ngesandla esinamandla uJehova wasikhipha eGibithe, endlini yobugqila.


Kepha uJehova wafakaza ngo-Israyeli noJuda ngesandla sabo bonke abaprofethi nangabo bonke ababoni, wathi: “Phendukani ezindleleni zenu ezimbi, nigcine imiyalo yami nezimiso zami ngokomthetho wonke engawuyala oyihlo, engawuyalayo. Ethunyelwe kini ngezinceku zami abaprofethi.


Kodwa walubona usizi lwabo lapho ezwa ukukhala kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite