Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 6:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 UGideyoni wayesethi kuNkulunkulu: “Uma ukhulula u-Israyeli ngesandla sami njengokusho kwakho,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 UGideyoni wathi kuNkulunkulu: “Uma uzakusindisa u-Israyeli ngesandla sami, njengalokho ukhulumile,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 UGideyoni wayesethi kuNkulunkulu: “Ukuze ngibone ukuthi uyakumkhulula yini u-Israyeli ngesandla sami njengoba ushilo;

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 6:36
12 Referans Kwoze  

UJehova wambheka, wathi: “Hamba ngalawa mandla akho, futhi uzokhulula u-Israyeli esandleni sakwaMidiyani.” Angikuthumanga yini?


Kwafika abaFarisi nabaSadusi, bamlinga bamcela ukuba ababonise isibonakaliso esivela ezulwini.


Wayesethi u-Isaya: “Kumelwe ukuba nalesi sibonakaliso esivela kuJehova, ukuthi uJehova uyakwenza lokho ekushilo: Isithunzi siya phambili izinyathelo eziyishumi noma sibuyele emuva izinyathelo eziyishumi na?”


Wathi: “Nkosi Nkosi, ngiyakwazi ngani ukuthi ngiyakulidla na?”


UJehova wasesithi kuye: Isibili ngizakuba lawe, njalo uzatshaya amaMidiyani njengomuntu munye.


Bheka, ngiyakubeka uboya bezimvu phansi; uma amazolo eboyeni kuphela, ome emhlabeni wonke ngaphandle, ngiyakwazi ukuthi uyakumhlenga u-Israyeli ngesandla sami, njengokusho kwakho.


Kepha uma besho njalo ukuthi: ‘Khuphukelani kithi; siyakukhuphuka, ngokuba uJehova uwanikele esandleni sethu, lokhu kuyakuba yisibonakaliso kithi.


Cela isibonakaliso kuJehova uNkulunkulu wakho; buza ekujuleni loba ekuphakameni phezulu.


Ngakho-ke iNkosi uqobo izakunika isibonakaliso; Bheka, intombi iyakukhulelwa, izale indodana, iyibize ngokuthi u-Imanuweli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite