Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Emihleni kaSamgari indodana ka-Anati emihleni kaJayeli imigwaqo yayingenamuntu, abahambi babehamba emigwaqweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Ezinsukwini zikaShamgari indodana ka-Anati, ezinsukwini zikaJayeli imendo yayishiyiwe; ababeyakuhamba ngemendo bahamba ngemikhondo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 “Ezinsukwini zikaShamgari, indodana ka-Anathi, ezinsukwini zikaJayeli, abantu bayibalekela imigwaqo emikhulu, abahamba ngalezo ndlela bahamba ngezindlela ezimazombezombe.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 5:6
11 Referans Kwoze  

Imigwaqo emikhulu iyincithakalo, ohambayo uyama; usaphulile isivumelwano, udelele imizi, akanake muntu.


Emva kwakhe kwaba nguSamgari indodana ka-Anati owabulala kumaFilisti amadoda angamakhulu ayisithupha ngociko lwenkabi; wasindisa no-Israyeli.


Izindlela zaseSiyoni ziyalila, ngokuba akukho muntu oza edilini; onke amasango awo ayincithakalo; abapristi balo bayabubula, izintombi zalo zilusizi, nalo linomunyu.


Ngiyakuthuma izilo zasendle phakathi kwenu, eziyakuniphuca abantwana benu, zichithe izinkomo zenu, zinenze nibe bambalwa; izindlela zenu ziyakuba yihlane.


Ngalokho iSiyoni liyakulinywa ngenxa yenu njengensimu, iJerusalema libe yizinqwaba, nentaba yendlu ibe njengeziqongo zehlathi.


Bazingela izinyathelo zethu, ukuze singahambi ezitaladini zethu; ukuphela kwethu kuseduze, izinsuku zethu ziphelele; ngoba ukuphela kwethu sekufikile.


Labo abaphambukela ezindleleni zabo eziyisigwegwe, uJehova uyakubahola kanye nabenzi bobubi, kepha ukuthula kube phezu kuka-Israyeli.


Ngalezo zikhathi kwakungekho ukuthula kophumayo nakongenayo, kepha ukuhlupheka okukhulu kwaba phezu kwabo bonke abakhileyo kulelo zwe.


Abakhileyo emadolobheni baphela, banqamuka kwa-Israyeli, ngaze ngavuka mina Debora, ngasukuma njengonina kwa-Israyeli.


Ningangeni ensimini, ningahambi endleleni; ngokuba inkemba yesitha nokwesaba kuzungezile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite