Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 5:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Uyakubusiswa uJayeli phezu kwabesifazane, umkaHebhere umKheni, abusiswe phezu kwabesifazane etendeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Uyakubusiswa phezu kwabesifazane uJayeli umkaHebere umKheni, abusiswe phezu kwabesifazane basematendeni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 “Ungobusisiwe kwabesifazane, Jayeli mkaHebhere umKheni, ungobusisiwe kwabesifazane abahlala emathendeni.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 5:24
7 Referans Kwoze  

Wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ubusisiwe wena phakathi kwabesifazane, futhi sibusisiwe isithelo sesisu sakho.


Ingelosi yangena kuye, yathi: “Sawubona, wena ophiwe umusa, uJehova unawe; ubusisiwe wena phakathi kwabesifazane.


USisera wabaleka ngezinyawo waya etendeni likaJayeli umkaHebhere umKheni, ngokuba kwakukhona ukuthula phakathi kukaJabini inkosi yaseHazori nendlu kaHebhere umKheni.


Wambusisa wathi: “U-Abrama makabusiswe nguNkulunkulu oPhezukonke, umnini wezulu nomhlaba.


Mnikeni ezinye zezithelo zezandla zakhe; nemisebenzi yakhe mayimdumise emasangweni.


Wathi kuye: “Ngiphuzise ingcosana yamanzi; ngoba ngomile Futhi wavula ibhodlela lobisi futhi wamphuzisa wavala.


Wacela amanzi, wamnika ubisi; waletha ibhotela esitsheni esimnandi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite