Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 5:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Khona-ke izinselo zamahhashi zaphuka ngomzi, ukujikijelwa kwabanamandla bawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Khona zadubuza izinselo zamahhashi ngokugadula, ukugadula kwezinkweli zawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Kwezwakala umsindo wezinselo zamahhashi zigabadula, zigabadula izinjomane ezinamandla.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 5:22
10 Referans Kwoze  

Vuka wome, ndodakazi yaseSiyoni, ngokuba ngiyakwenza uphondo lwakho lube yinsimbi nezinzipho zakho zibe yithusi; uyakuchoboza izizwe eziningi; ngiyakungcwelisa inzuzo yabo kuJehova nempahla yabo kuJehova womhlaba wonke.


ngenxa yosuku oluzayo lokuphanga onke amaFilisti, nokunquma eTire naseSidoni bonke abasizayo abaseleyo, ngokuba uJehova uyakuphanga amaFilisti, insali yezwe laseKafitori.


Imicibisholo yabo ibukhali, neminsalo yabo yonke igobile, izinselo zamahhashi abo ziyakubalwa njengensengetsha, namasondo abo njengesivunguvungu;


Ihhashi liyize ekuphepheni, futhi ngamandla alo amakhulu ngeke asindise muntu.


Abanye bathemba izinqola, abanye amahhashi, kepha thina siyakulikhumbula igama likaJehova uNkulunkulu wethu.


Unike ihhashi amandla na? wagqokisa intamo yakhe ngokuduma?


Ukukhala kwamahhashi akhe kwezwakala kwaDani; ngoba bafika balidla ilizwe lakho konke okwakukulo; umuzi nabakhileyo kuwo.


Ngenxa yomsindo wokunyathela kwezinselo zamahhashi akhe anamandla, nokuduma kwezinqola zakhe, nokuduma kwamasondo akhe, oyise abayikubheka emuva kubantwana babo ngenxa yezandla ezibuthakathaka;


Abendlu kaThogarma bahweba ngezikhwama zakho ngamahhashi, nabagibeli, neminyuzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite