Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 3:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngalokho uMowabi wathotshiswa ngalolo suku phansi kwesandla sika-Israyeli. Izwe laba nokuthula iminyaka engamashumi ayisishiyagalombili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 UMowabi wathotshiswa kanjalo ngalolo suku phansi kwesandla sakwa-Israyeli. Izwe laba nokuthula iminyaka engamashumi ayisihiyagalombili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Kusukela ngalolo lusuku abakwaMowabi baba ngaphansi kwesandla sabakwa-Israyeli. Izwe laba nokuthula, iminyaka engama-80.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 3:30
5 Referans Kwoze  

Izwe laba nokuphumula iminyaka engamashumi amane. U-Otheniyeli indodana kaKenazi wafa.


Mazibhubhe zonke izitha zakho, Jehova, kepha abamthandayo mababe njengelanga lapho liphuma ngamandla alo. Izwe laphumula iminyaka engamashumi amane.


Babulala ngaleso sikhathi amadoda akwaMowabi kungathi izinkulungwane eziyishumi, onke amaqhawe namaqhawe; akwaphunyuka muntu.


Emva kwakhe kwaba nguSamgari indodana ka-Anati owabulala kumaFilisti amadoda angamakhulu ayisithupha ngociko lwenkabi; wasindisa no-Israyeli.


Igama lalowo muntu lalingu-Elimeleki, igama lomkakhe lalinguNawomi, namagama amadodana akhe amabili ayengoMagiloni noKiliyoni, ama-Efrata aseBetlehema Juda. Bafika ezweni lakwaMowabi, bahlala khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite