Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 20:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Abantwana bakwaBenjamini baphuma eGibeya, babulala kwa-Israyeli ngalolo suku abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Abantwana bakwaBenjamini baphuma eGibeya, babulala kwabakwa-Israyeli ngalolo suku amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 AbakwaBhenjamini baphuma eGibheya, babulala ngalolo lusuku abakwa-Israyeli abayizi-22 000.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 20:21
13 Referans Kwoze  

UBenjamini waphuma eGibeya ukulwa nabo ngosuku lwesibili, wabuye wachitha abantu abayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili ezweni labantwana bakwa-Israyeli; bonke bahosha izinkemba zabo.


O Israyeli, wonile kusukela ezinsukwini zaseGibeya; lapho bema; ukulwa eGibeya ngokumelene nabantwana bobubi akubaficanga.


Uqinisile, Jehova, lapho ngiphikisana nawe; ake ngikhulume kuwe ngezahlulelo zakho: kungani indlela yababi iphumelela? kungani bejabula bonke abenza ngokukhohlisa na?


Indlela yakho iselwandle, nendlela yakho emanzini amakhulu, nezinyathelo zakho azaziwa.


Akukho nkosi esindiswa ngobuningi bempi; iqhawe alisindiswa ngamandla amakhulu.


Manje nihlose ukuhlala phakathi kwabantwana bakwaJuda naseJerusalema njengezigqila nezigqilakazi zenu; kepha phakathi kwenu akukho sono kuJehova uNkulunkulu wenu na?


Lapho ibutho lihlasela izitha zakho, zigcine kukho konke okubi.


UBenjamini uklebhula njengempisi; ekuseni uyakushwabadela impango, ebusuku ahlukanise impango.


Amadoda akwa-Israyeli aphuma ukulwa noBenjamini; amadoda akwa-Israyeli azihlela ukulwa nawo eGibeya.


Abantu, amadoda akwa-Israyeli, baziqinisa, babuye bahlela impi endaweni ababehleleke kuyo ngosuku lokuqala.


Wabanikela abantu bakhe enkembeni; wathukuthelela ifa lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite