Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Lapho efika endlini yakhe, wathatha ummese, wabamba isancinza sakhe, wasihlukanisa ngemilenze yaso saba izicucu eziyishumi nambili, wasithumela kuyo yonke imingcele yakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Lapho esengenile endlini yakhe, wathatha umese, wabamba isancinza sakhe, wasihlahlela ithambo ngethambo, kwaba yizinqamu eziyishumi nambili, wasithuma emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Lapho isifikile endlini yayo, yathatha ummese, yabamba isancinza sayo, yasiqoba izinqamu ezili-12, isitho ngesitho, yazithumela kuzo zonke izindawo zakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:29
4 Referans Kwoze  

Wathatha izinkabi, wazihlahlela, wazithuma ngesandla sezithunywa kuwo wonke umkhawulo wakwa-Israyeli, wathi: “Ongaphumi ukulandela uSawule noSamuweli, kuyakwenziwa kanjalo kuzo izinkabi zakhe.” Ukwesaba uJehova kwehlela phezu kwabantu, baphuma nganhliziyonye.


Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banentshiseko ngoNkulunkulu, kodwa kungengokokwazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite