Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Owesifazane wafika ekuseni kakhulu, wawela phansi ngasemnyango wendlu yomuntu lapho inkosi yakhe yayikhona, kwaze kwasa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Owesifazane wayesefika ngovivi lokusa, wawa ngasemnyango wendlu yomuntu, lapho yayikhona inkosi yakhe, kwaze kwakhanya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Ekuseni ngovivi lona wesifazane wafike wawela ngasemnyango wendlu yalelo khehla, lapho inkosi yakhe yayikhona, kwaze kwasa.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:26
5 Referans Kwoze  

njengoba nje uSara wamlalela uAbrahama embiza ngokuthi nkosi;


Inkosi yakhe yaqeda ekuseni, yavula iminyango yendlu, yaphuma ukuba ihambe; bheka, owesifazane, isancinza sakhe, ewele ngasemnyango wendlu, izandla zakhe zisembundwini.


Umyeni wakhe wasukuma, wayilandela ukuze akhulume kahle nayo, wayibuyisa, nenceku yakhe kanye nayo nezimbongolo; yamngenisa endlini kayise; uyise womntwana eyibona, wathokoza ukuyihlangabeza.


USara wahleka phakathi kwakhe, wathi: “Ngingajabula yini lapho sengimdala, nenkosi yami isindala na?”


Kepha amadoda awavumanga ukumlalela; indoda yasithatha isancinza sayo, yasiphumisela kubo; bamazi, bamthuka ubusuku bonke kwaze kwasa; kwathi sekuqala ukuntwela ezansi, bamkhulula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite