Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wathi kuye: “Siyasuka eBetlehema Juda siya eceleni kwentaba yakwa-Efrayimi; Ngasuka lapho, ngaya eBetlehema Juda, kepha manje ngiya endlini kaJehova; futhi kakho ongamukela endlini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wathi kulo: “Siyadlula sivela eBetlehema Juda, siya ohlangothini olungasemuva kwezintaba zakwa-Efrayimi; ngivela khona; ngaya eBetlehema Juda; sengiya endlini kaJehova, kepha akukho muntu ongamukela endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Indoda yaphendula yathi: “Siyedlula, sivela eBhethlehema kwaJuda, siya endaweni ekude kwelezintaba kwa-Efrayimi, lapho ngingowakhona. Bengiye eBhethlehema kwaJuda, manje sengibuyela endlini kaSimakade. Akukho muntu ongingenisile kwakhe.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:18
12 Referans Kwoze  

Bazimisela isithombe esibaziweyo sikaMika abesenze ngaso sonke isikhathi indlu kaNkulunkulu iseShilo.


Uma umuntu engahlali kimi, ulahlwa ngaphandle njengegatsha, abune; bawabuthe, bawaphonse emlilweni, ashiswe.


Ungabutheli umphefumulo wami nezoni, nokuphila kwami nabantu begazi.


Wenza kanjalo iminyaka ngeminyaka, lapho enyukela endlini kaJehova, wamdlalisa kanjalo; ngalokho wakhala, akadlanga.


Lowo muntu wenyuka emzini wakubo iminyaka ngeminyaka ukukhonza nokuhlabela uJehova Sebawoti eShilo. Kwakukhona lapho amadodana amabili ka-Eli, oHofini noFinehasi, abapristi bakaJehova.


Abantwana bakwa-Israyeli basebezilungisa, bakhuphukela endlini kaNkulunkulu, bacela iseluleko kuNkulunkulu, bathi: “Ngumuphi kithi ozokhuphukela kuqala ukulwa nabantwana bakwaBenjamini na?” UJehova wathi: “UJuda makakhuphuke kuqala.”


Kwathi ngosuku lwesine bevuka ekuseni kakhulu, wavuka ukuba ahambe; uyise wentombazane wathi kumkhwenyana wakhe: “Dumisa inhliziyo yakho ngocezu lwesinkwa, ululandele.”


Inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yabuthana eShilo, yamisa khona itende lokuhlangana. Izwe lanqotshwa phambi kwabo.


Kwakukhona insizwa yaseBetlehema Juda yesizwe sakwaJuda, engumLevi, yahlala khona njengowezizwe.


Ephakamisa amehlo akhe, wabona isihambi esigcawini somuzi; lathi ixhegu: Uyaphi na? kanti ungowaphi?


Nokho kukhona utshani kanye nefolishi lezimbongolo zethu; kukhona futhi isinkwa newayini mina nencekukazi yakho nensizwa ekanye nezinceku zakho; ayintuli lutho.


Susa unyawo lwakho endlini yomakhelwane wakho; ukuthi angakhathali ngawe futhi akuzonde kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite