Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Baphambukela khona ukuze bangene balale eGibeya; esengenile, wamhlalisa esigcawini somuzi; ngoba kwakungekho muntu owabangenisa endlini yakhe ukuze balale.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Baphambukela lapho ukuba bangene, balale eGibeya; wangena, wahlala phansi esigcawini somuzi; ngokuba kwakungekho muntu owabamukela endlini yakhe ukuba balale khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Baphambuka ukuba bangene, balale eGibheya. Wangena wayohlala esigcawini somuzi, kodwa abangeniswanga muntu ukuba balale.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:15
9 Referans Kwoze  

Wathi kuye: “Siyasuka eBetlehema Juda siya eceleni kwentaba yakwa-Efrayimi; Ngasuka lapho, ngaya eBetlehema Juda, kepha manje ngiya endlini kaJehova; futhi kakho ongamukela endlini.


Lingakhohlwa ukwamukela izihambi; ngoba ngalokho abanye bangenisa izingilosi bengazi.


ngangingumfokazi, aningingenisanga; nginqunu, aningigqokisanga; ngigula, ngisetilongweni, aningihambelanga.


Ngokuba ngangilambile, nanginika ukudla; ngangomile, nangiphuzisa;


Base behamba, bahamba; ilanga lashona beseGibeya yakwaBhenjamini.


Bheka, kwafika ixhegu livela emsebenzini walo kusihlwa livela ensimini, nalo livela ezintabeni zakwa-Efrayimi; wagogobala eGibeya, kepha abantu baleyo ndawo babengabakwaBenjamini.


UmLevi, indoda yowesifazane obuleweyo, waphendula wathi: “Ngifikile eGibeya yakwaBenjamini, mina nesancinza sami, ukuba silale khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite