Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bathi kuye: “Thula, ubeke isandla sakho emlonyeni wakho, uhambe nathi, ube ngubaba nompristi wethu; kungcono yini kuwe ukuba ube ngumpristi wendlu yomuntu oyedwa, noma ube ngumpristi wesizwe nesizukulwane sakwa-Israyeli na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Bathi kuye: “Thula, ubeke isandla sakho emlonyeni wakho, uhambe nathi, ube ngubaba nompristi wethu; kuhle yini ukuba ube ngumpristi wendlu yomuntu munye kunokuba ube ngumpristi wesizwe nomndeni kwa-Israyeli na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Athi kuye: “Thula! Vala umlomo wakho ngesandla, uhambe nathi, ube ngubaba wethu nomphristi. Kuhle yini kuwe ukuba ngumphristi wendlu yomuntu oyedwa kunokuba ube ngumphristi wesizwana nomndeni kwa-Israyeli, na?”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:19
12 Referans Kwoze  

Izikhulu zenqaba ukukhuluma, zabeka izandla zazo emlonyeni wazo.


Ngibhekeni, nimangale, nibeke isandla emlonyeni.


UMika wayesethi kuye: “Hlala nami, ube ngubaba nompristi wami, ngikunike amashekeli ayishumi esiliva ngomnyaka, nengubo nokudla kwakho. Ngakho umLevi wangena.


Izizwe ziyakubona lokhu, zibe namahloni ngawo wonke amandla azo; bayakubeka isandla sabo emlonyeni wabo, izindlebe zabo ziyakuba yizithulu.


Uma wenze ngobuwula ngokuziphakamisa, noma ucebe okubi, beka isandla emlonyeni wakho.


Ningabizi muntu emhlabeni ngokuthi uyihlo, ngokuba munye uYihlo osezulwini.


U-Elisha wagula ngenxa yokugula afa ngakho. UJowashi inkosi yakwa-Israyeli wehlela kuye, wakhala izinyembezi ebusweni bakhe, wathi: “Baba, baba, nqola ka-Israyeli nabamahhashi bakhe!


Inkosi yakoIsrayeli yasisithi kuElisha ibabona: Baba, ngibahlule yini? ngizobashaya.


Angena endlini kaMika, athatha isithombe esibaziweyo, nengubo yamahlombe, nezithixo zendlu, nesithombe esibunjiweyo. Wayesethi umpristi kubo: “Nenzani na?


Inhliziyo yompristi yathokoza, wathatha ingubo yamahlombe, nezithixo, nesithombe esibaziweyo, wangena phakathi kwabantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite