Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Amadoda angamakhulu ayisithupha, ayehlome izikhali zempi, angabantwana bakwaDani, ayemi ekungeneni kwesango.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Abantu abangamakhulu ayisithupha bebhince izikhali zokulwa abangabantwana bakwaDani bema ngasesikhaleni sesango.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Amadoda angama-600 akwaDani ayehlome ngezikhali ema ekungeneni kwesango.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:16
3 Referans Kwoze  

Kwaphuma lapho amadoda angamakhulu ayisithupha esizwe sakwaDani, evela eZora nase-Eshitawoli, ehlome izikhali zempi.


Aphambukela khona, afika endlini yensizwa, umLevi, endlini kaMika, ayibingelela.


Amadoda amahlanu ayehambile ukuhlola izwe akhuphuka angena khona athatha isithombe esibaziweyo nesembatho sasemahlombe nezithixo zendlu nesithombe esibunjiweyo; umpristi wema ekungeneni kwesango namadoda angamakhulu ayisithupha ahlome izikhali zempi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite