Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Aphambukela khona, afika endlini yensizwa, umLevi, endlini kaMika, ayibingelela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Baphambuka khona, bafika endlini yensizwa yomLevi, endlini kaMika, bayibuza impilo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Baphambukela lapho, bafika endlini yensizwa yomLevi, endlini kaMikha, bayibuza impilo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:15
10 Referans Kwoze  

Wababuza ukuphila kwabo, wathi: “Uyihlo, ixhegu enakhuluma ngalo, wenza kahle na? Usaphila?


Ukuthula ngikushiya kini, ukuthula kwami ngininika khona; angininiki njengokupha kwezwe. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, ingesabi;


Gijimani nimhlangabeze, nithi kuye: ‘Uyaphila na? ukahle umyeni wakho? iyaphila ingane? Wathi: “Kuhle.”


UDavide wayishiya inqola yakhe esandleni sabalindi, wagijimela ebuthweni, wafika wabingelela abafowabo.


Wathi kuye: “Hamba, ubheke ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi; futhi ungilethele izwi futhi. Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, wafika eShekemi.


Amadoda ayisihlanu abeye ukuhlola izwe laseLayishe aphendula, athi kubafowabo: “Niyazi yini ukuthi kulezi zindlu kukhona onkulunkulu bamatshe nendlu, nesithombe esibaziweyo, nesithombe esibunjiweyo na? manje-ke qaphelani okufanele nikwenze.


Amadoda angamakhulu ayisithupha, ayehlome izikhali zempi, angabantwana bakwaDani, ayemi ekungeneni kwesango.


Ulethe lawa mashizi ayishumi enduneni yenkulungwane yabo, ubone ukuthi kuhamba kanjani kubafowenu, uthathe isibambiso kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite