Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 17:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kwakukhona insizwa yaseBetlehema Juda yesizwe sakwaJuda, engumLevi, yahlala khona njengowezizwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwakukhona insizwa yaseBetlehema Juda yomndeni wakwaJuda eyayingumLevi; yayigogobele khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kwakukhona insizwa eBhethlehema kwaJuda, ingeyesizwana sakwaJuda. YayingumLevi, igogobele lapho.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 17:7
10 Referans Kwoze  

Kwathi uJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika eJerusalema izazi zivela empumalanga,


Kepha wena, Betlehema Efrata, noma umncane phakathi kwezinkulungwane zakwaJuda, uyakuphuma kuwe eze kimi, oyakuba ngumbusi kwa-Israyeli; okuphuma kwawo kwakusukela endulo, kwaphakade.


NeKatati, neNahalali, neShimroni, ne-Idala, neBetlehema: imizi eyishumi nambili nemizana yayo.


URaheli wafa, wembelwa endleleni yase-Efrati eyiBetlehema.


AbakwaGileyadi badla iJordani phambi kwabakwa-Efrayimi; amadoda akwaGileyadi athi kuye: “UngumEfrayimi na? Uma ethi: Cha!


Emva kwakhe u-Ibisani waseBetlehema waqondisa u-Israyeli.


Khathesi buthanani ngamaviyo, ndodakazi yamabandla; Wasivimbezela; bayoshaya umahluleli ka-Israyeli esihlathini ngodondolo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite