Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 16:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Izikhulu zamaFilisti zabuthana ukuba zenze umhlatshelo omkhulu kuDagoni unkulunkulu wazo, zijabule; ngoba bathi: Unkulunkulu wethu unikele isitha sethu uSamsoni esandleni sethu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Amakhosi amaFilisti abuthana ukuba ahlabele uDagoni unkulunkulu wawo umhlatshelo omkhulu, athokoze, ngokuba athi: “Unkulunkulu wethu unikele uSamsoni isitha sethu esandleni sethu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Amakhosi amaFilisti abuthanela ukuzokwenza umhlatshelo omkhulu kunkulunkulu wawo uDagoni, nokuba athokoze, ngokuba ayethi: “Unkulunkulu wethu unikele uSamsoni isitha sethu esandleni sethu.”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 16:23
12 Referans Kwoze  

Ungathokozi lapho isitha sakho siwa, lenhliziyo yakho mayingathokozi lapho sikhubeka.


Ngokuba zonke izizwe ziyakuhamba, kube yilowo nalowo ngegama likankulunkulu wakhe, kepha thina siyakuhamba ngegama likaJehova uNkulunkulu wethu kuze kube phakade naphakade.


Isizwe sishintshile yini onkulunkulu baso, abangebona onkulunkulu na? kepha abantu bami banana udumo lwabo ngalokho okungasizi ngalutho.


Azibeka izikhali zakhe endlini yawonkulunkulu bawo, amisa ikhanda lakhe ethempelini likaDagoni.


Kepha ngithi: Okuhlatshwa ngabezizwe bakuhlabela amademoni, hhayi uNkulunkulu;


Kodwa izinwele ekhanda lakhe zaqala futhi ukuhluma ngemva kokuba esephuciwe.


Amnquma ikhanda, akhumula izikhali zakhe, azithumela ezweni lamaFilisti nxazonke ukuba azazise endlini yezithombe zawo naphakathi kwabantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite