Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UmkaGileyadi wamzalela amadodana; amadodana omkakhe akhula, amxosha uJefta, athi kuye: “Awuyikudla ifa endlini kababa; ngokuba uyindodana yowesifazane ongaziwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UmkaGileyadi wamzalela amadodana; esekhulile amadodana omkakhe amxosha uJefta, athi kuye: “Awuyikulidla ifa endlini kababa, ngokuba uyindodana yomunye owesifazane.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 UmkaGileyadi wamzalela naye amadodana. Kuthe lapho amadodana omkakhe ekhula, amxosha, ethi kuye: “Awunakuthola lutho oluyifa endlini kababa, ngokuba uyindodana yomunye umfazi.”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:2
10 Referans Kwoze  

ukuze ukhulule kowesifazane wezizwe, kowezizwe othophayo ngamazwi akhe;


Makungangeni mfekethi ebandleni likaJehova; angangeni ebandleni likaJehova kuze kube isizukulwane seshumi.


Kwaba khona indlala ezweni; u-Abrama wehlela eGibithe ukuba agogobale khona; ngoba indlala yayinzima elizweni.


Futhi kungani wena, ndodana yami, uthakathwa ngowesifazane ongaziwa futhi ugone isifuba sowezizwe?


Ngokuba izindebe zowesifazane ongaziwa ziconsa njengezinyosi, nomlomo wakhe ubushelelezi kunamafutha.


Nokho uthini umbhalo na? Khipha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.


UJefta wakwaGileyadi wayeliqhawe elinamandla, wayeyindodana yesifebe; uGileyadi wazala uJefta.


UJefta wayesebaleka phambi kwabafowabo, waya wahlala ezweni laseThobi; kwabuthela kuJefta amadoda ayize, aphuma naye.


Ngakho wathi ku-Abrahama: “Xosha lesi sigqilakazi nendodana yaso, ngoba indodana yalesi sigqilakazi ngeke idle ifa kanye nendodana yami, u-Isaka.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite