Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Inkosi yabantwana bakwa-Amoni yasiphendula izithunywa zikaJefta, yathi: “Ngokuba u-Israyeli walithatha izwe lami ekukhuphukeni kwabo eGibithe, kusukela e-Arinoni kuze kube seJabhoki naseJordani; manje-ke buyisela lawo mazwe ekuthuleni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Inkosi yabantwana bakwa-Amoni yathi kuzo izithunywa zikaJefta: “Ngokuba u-Israyeli walithatha izwe lakithi ekukhuphukeni kwakhe eGibithe, kusukela e-Arinoni kuze kube seJaboki naseJordani, buyisani lawo mazwe ngokuthula.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Inkosi yabakwa-Amoni yaphendula izithunywa zikaJeftha, yathi: “Kungenxa yokuba ngesikhathi u-Israyeli ephuma eGibhithe wathatha izwe lami, kusukela e-Arinoni kuye eJabhoki kuze kube seJordani; ngakho-ke manje libuyise ngokuthula.”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:13
8 Referans Kwoze  

Wavuka ngalobo busuku, wathatha abafazi bakhe ababili nezincekukazi zakhe ezimbili namadodana akhe ayishumi nanye, wadabula isigodi saseJabhoki.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lokhuluma amanga uzabhubha.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lophafuza amanga kayikuphunyuka.


AbakwaRubeni nabakwaGadi ngabanika ingxenye yesigodi kusukela kwaGileyadi kuze kufike emfuleni i-Arinoni, nomngcele kuze kufike emfuleni iJabhoki, ongumngcele wabantwana bakwa-Amoni;


Kuphela ezweni labantwana bakwa-Amoni anifikanga kuzo, nakuyo yonke indawo yomfula iJabhoki, nasemizini yasezintabeni, nakho konke uJehova uNkulunkulu wethu asenqabele ngakho.


UJefta wayesethuma izithunywa enkosini yabantwana bakwa-Amoni ukuthi: “Nginamsebenzi muni nawe ukuba uze kimi ukulwa ezweni lami na?”


UJefta waphinda wathuma izithunywa enkosini yabantwana bakwa-Amoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite