Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UJefta wayesethuma izithunywa enkosini yabantwana bakwa-Amoni ukuthi: “Nginamsebenzi muni nawe ukuba uze kimi ukulwa ezweni lami na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UJefta wathuma izithunywa enkosini yabantwana bakwa-Amoni, wathi: “Unamsebenzi muni nami ukuba uze kimi ukulwa nezwe lakithi na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UJeftha wayesethumela izithunywa enkosini yakwa-Amoni, wathi kuyo: “Yini lena ekhona phakathi kwethu, uze ufike uzolwa nezwe lami, na?”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:12
11 Referans Kwoze  

Ngathuma izithunywa zisehlane laseKedemoti kuSihoni inkosi yaseHeshiboni ngamazwi okuthula, ngathi:


U-Israyeli wathuma izithunywa kuSihoni, inkosi yama-Amori, ukuthi:


UMose wayesethuma izithunywa enkosini yakwa-Edomi zisuka eKadeshi, zithi: ‘Usho kanje umfowenu, u-Israyeli, uthi: Wena uyakwazi konke ukuhlupheka okusehlele.


Bheka, bamemeza bathi: “Sinamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu na? Uze lapha ukusihlupha singakafiki isikhathi?


UJefta wayesehamba namalunga akwaGileyadi, abantu bammisa waba yinhloko nombusi phezu kwabo; uJefta wakhuluma onke amazwi akhe phambi kukaJehova eMispa.


Inkosi yabantwana bakwa-Amoni yasiphendula izithunywa zikaJefta, yathi: “Ngokuba u-Israyeli walithatha izwe lami ekukhuphukeni kwabo eGibithe, kusukela e-Arinoni kuze kube seJabhoki naseJordani; manje-ke buyisela lawo mazwe ekuthuleni.


UJefta wathi kubo: “Mina nabantu bami sasinokuxabana okukhulu nabantwana bakwa-Amoni; futhi lapho nginibiza, aningophulanga esandleni sabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite