Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 10:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 AmaSidoni nama-Amaleki namaMahoni anicindezela; nakhala Kimi, nganisindisa esandleni sabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Nacindezelwa ngamaSidoni, nama-Amaleki, namaMahoni, nakhala kimi, nganisindisa esandleni sawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 AmaSidoni, ama-Amaleki, nabakwaMahoni banicindezela, nakhala kimi, nganikhulula esandleni sabo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 10:12
7 Referans Kwoze  

Lapho u-Israyeli ehlwanyela, amaMidiyani akhuphuka, nama-Amaleki, nabantwana basempumalanga, bakhuphukela kubo;


Base bebuya, bafika e-Enimishipati eyiKadeshi, balichitha lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayehlala eHasoni-Tamari.


Wabutha abantwana bakwa-Amoni no-Amaleki kanye naye, wahamba wachitha u-Israyeli, wadla umuzi wamasundu.


Laba abalotshiweyo ngamagama bafika emihleni kaHezekiya inkosi yakwaJuda, bachitha amatende abo nezindlu zabo zokuhlala ezazitholakala khona, bababulala ngesiqalekiso kuze kube namuhla, bahlala emakamelweni abo, ngokuba kwakukhona inqaba. Idlelo lemfuyo yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite