Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 1:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngemva kwalokho abantwana bakwaJuda behla ukuze balwe namaKhanani ayehlala ezintabeni, eningizimu, nasesigodini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngasemuva behla abantwana bakwaJuda ukuba balwe namaKhanani ayakhe ezintabeni, nangaseningizimu, nasenzansi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Emveni kwalokho abantu bakwaJuda behla bayokulwa namaKhanani ayehlala kwelezintaba eNingizimu, nasemathafeni.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 1:9
7 Referans Kwoze  

Ngaleso sikhathi uJoshuwa wafika wawaqothula ama-Anaki ezintabeni, eHebroni, eDebiri, e-Anabi, nasezintabeni zakwaJuda, nasezintabeni zonke zakwa-Israyeli; UJoshuwa wabaqalekisa kanye nemizi yabo.


UJoshuwa wakhuphuka e-Egiloni no-Israyeli wonke kanye naye, waya eHebroni; balwa nalo.


U-Abrama wasuka wahamba waya eningizimu.


Abantwana bakwaJuda balwa neJerusalema, balithatha, balinqoba ngosiko lwenkemba, bashisa umuzi.


UJuda wasesuka wahlasela amaKhanani ayakhe eHebroni; igama leHebroni kuqala laliyiKiriyati Araba; babulala oSheshayi, no-Ahimani, noTalimayi.


Ezintabeni, nasezigodini, nasemathafeni, nasemithonjeni, nasehlane, naseningizimu; namaHeti, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite