Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 1:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Bamfumana u-Adoni-bezeki eBezeki, balwa naye, babulala amaKhanani namaPherizi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 EBezeki bafumana u-Adoni Bezeki, balwa naye, bawabulala amaKhanani namaPherizi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Bazithela phezu kuka-Adoni Bhezekhi, eBhezekhi, balwa naye, bawabulala amaKhanani namaPherizi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 1:5
5 Referans Kwoze  

Kwaba khona ukuxabana phakathi kwabelusi bezinkomo zika-Abrama nabelusi bemfuyo kaLoti; kwase behlala ezweni amaKhanani namaPherizi.


Wakhuphuka uJuda; uJehova wanikela amaKhanani namaPherizi esandleni sabo, babulala kubo abantu abayizinkulungwane eziyishumi eBezeki.


Kepha u-Adoni-bezeki wabaleka; bamxosha, bambamba, bamnquma izithupha namazwane akhe.


Wababala eBezeki, abantwana bakwa-Israyeli babe yizinkulungwane ezingamakhulu amathathu, namadoda akwaJuda ayeyizinkulungwane ezingamashumi amathathu.


Abantwana bakwa-Israyeli bahlala phakathi kwamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite