Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 1:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 U-Efrayimi akawaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabo eGezeri.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Naye u-Efrayimi akaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabo eGezeri.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 No-Efrayimi akawaxoshanga amaKhanani ayehlala eGezeri, kodwa amaKhanani ahlala phakathi kwabo eGezeri.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 1:29
6 Referans Kwoze  

Futhi abawaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabakwa-Efrayimi kuze kube namuhla, akhonza ngokuthela.


UFaro inkosi yaseGibithe wenyuka walithatha iGezeri walishisa ngomlilo, wabulala amaKhanani ahlala emzini, walinika indodakazi yakhe, umkaSolomoni, yaba yisipho.


Khona uHoramu inkosi yaseGezeri wenyuka ukusiza iLakishi; uJoshuwa wamnqoba yena nabantu bakhe, waze wangabe esasala muntu.


Kwathi lapho u-Israyeli esenamandla, wakhokhisa amaKhanani, awazange awaxoshe ngokuphelele.


UZebuloni akabaxoshanga abahlali baseKitroni nabakhe eNahaloli; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabo, aba yizinceku zakhe.


Lesi yisizathu sesibopho inkosi uSolomoni eyasisusayo; ukwakha indlu kaJehova nendlu yakhe neMilo nogange lwaseJerusalema neHazori neMegido neGezeri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite