Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 7:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Manje, Jehova Nkulunkulu, izwi owalikhuluma ngenceku yakho nangendlu yayo liqinise kuze kube phakade, wenze njengokukhuluma kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 “Manje, Jehova Nkulunkulu, izwi olikhulumile ngenceku yakho nangendlu yayo, liqinise kuze kube phakade, wenze njengokukhuluma kwakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 “Manje, Simakade Nkulunkulu, izwi olikhulume ngenceku yakho nangendlu yayo limise, kuze kube phakade, wenze njengalokhu ukhulumile.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 7:25
11 Referans Kwoze  

ZAIN. Khumbula izwi ongenze ngalithemba encekwini yakho.


Usho kanje uJehova, uthi: Ngisayakubuza ngayo indlu yakwa-Israyeli ukuba ngiyenzele yona; ngizakwandisa abantu njengomhlambi;


Wathi wena: Impela ngiyakukwenzela okuhle, ngenze inzalo yakho ibe ngangesihlabathi solwandle esingenakubalwa ngenxa yobuningi.


Ngoba umisile abantu bakho uIsrayeli ukuthi babe ngabantu bakho kuze kube nininini; wena Jehova waba nguNkulunkulu wabo.


Ibizo lakho malibe likhulu kuze kube nininini ngokuthi: I Nkosi yamabandla inguNkulunkulu phezu kukaIsrayeli, lendlu yenceku yakho uDavida kayime phambi kwakho.


ukuze uJehova agcine izwi lakhe alikhuluma ngami ngokuthi: “Uma abantwana benu beqaphela indlela yabo, ukuhamba phambi kwami ngeqiniso ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo, aniyikuswela,” usho uJehova. Umuntu esihlalweni sobukhosi sika-Israyeli.


Manje, Nkulunkulu ka-Israyeli, maligcwaliseke izwi lakho owalikhuluma encekwini yakho, ubaba uDavide.


Qinisekisa izwi lakho encekwini yakho, eyesaba wena.


Wayesethi u-Elkana umyeni wakhe kuye: “Yenza okuhle emehlweni akho; hlala uze umlumule; nguJehova kuphela oqinisa izwi lakhe. Owesifazane wayesehlala, wancelisa indodana yakhe waze wayilumula.


Ngakho-ke, Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, malifezeke izwi lakho owalikhuluma encekwini yakho uDavide.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite